1 | Umugqa womunwe |
Fingerprint |
2 | Ukuze usayinele ukungena, skena umunwe obhalisiwe kusifundi somugqa womunwe. |
To sign in, scan a registered finger on the fingerprint reader. |
3 | Ukuze uvule i-PC, skena umunwe obhalisiwe kusifundi somugqa womunwe. |
To unlock the PC, scan a registered finger on the fingerprint reader. |
101 | I-Windows ayikwazanga ukukusayinisa ukuze ungene. |
Windows couldn’t sign you in. |
110 | Idivayisi yakho inenkinga yokukubona. Sicela uzame futhi. |
Your device is having trouble recognizing you. Please try again. |
111 | Ayikwazanga ukubona lowo mugqa womunwe. Qiniseka ukuthi umise umugqa wakho womunwe ku-Windows Hello. |
Couldn’t recognize that fingerprint. Make sure you’ve set up your fingerprint in Windows Hello. |
112 | Iphasiwedi ayilungile. |
The password is incorrect. |
113 | Iphasiwedi elondolozwe kusizinda semininingwane ayilungile. |
The password saved in the fingerprint database is not correct. |
116 | Ukusayinela ukungena komugqa womunwe kuyekisiwe okwamanje umlawuli wakho. |
Fingerprint sign-in is currently disabled by your administrator. |
118 | Uxolo, i-Windows ayikwazanga ukukusayinisa ukuze ungene ngomugqa womunwe wakho. Zama ukusayinela ukungena nge-PIN yakho. |
Sorry, Windows couldn’t sign you in with your fingerprint. Try signing in with your PIN. |
119 | I-Windows Hello ivinjiwe ngenxa yemizamo yokusayinela ukungena eminingi kakhulu. Ukuze uvule okuthi Hello, sayinela ukungena nge-PIN yakho. |
Windows Hello has been blocked due to too many sign-in attempts. To unblock Hello, sign in with your PIN. |
120 | I-Windows ibingenazo izinsiza ezanele zokuqedela ukusayinela ukungena komugqa womunwe. Zama enye indlela yokusayinela ukungena. |
Windows didn’t have sufficient resources to complete a fingerprint sign-in. Try another sign-in method. |
140 | Faka iphasiwedi yakho ukuze uvule ukusayinela ukungena komugqa womunwe. |
Enter your password to turn on fingerprint sign-in. |
141 | Faka iphasiwedi yakho yamanje ukuze uvumele ukuvula komugqa womunwe. |
Enter your current password to enable fingerprint unlock. |
143 | Hambisa umunwe wakho ngaphezulu. |
Move your finger slightly higher. |
144 | Hambisa umunwe wakho ezansi. |
Move your finger slightly lower. |
145 | Hambisa umunwe wakho ngakwesokunxele. |
Move your finger slightly to the left. |
146 | Hambisa umunwe wakho ngakwesokudla. |
Move your finger slightly to the right. |
147 | Hambisa umunwe wakho kancane kusifundi. |
Move your finger more slowly across the reader. |
148 | Hambisa umunwe wakho ngokushesha kusifundi. |
Move your finger more quickly across the reader. |
149 | Zama ukubamba umunwe wakho ube isicaba futhi uqonde lapho usebenzisa isifundi somugqa womunwe. |
Try holding your finger flat and straight when using the fingerprint reader. |
150 | Zama ukusebenzisa ukuthinta okude kusifundi somugqa womunwe. |
Try using a longer stroke across the fingerprint reader. |
151 | Idivayisi yakho inenkinga yokukubona. Qiniseka ukuthi isensa yakho ihlanzekile. |
Your device is having trouble recognizing you. Make sure your sensor is clean. |
152 | Kukhona othile osesayinele ukungena kakade kule divayisi. Badinga ukusayinela ukuphuma ngaphambi kokuthi usayinele ukungena. |
Someone is already signed in on this device. They need to sign out before you can sign in. |
154 | Uxolo, kukhona okungahambanga kahle. Sicela uzame futhi. |
Sorry, something went wrong. Please try again. |
155 | I-Windows ayikwazanga ukusebenzisa izifakazo zakho zomugqa womunwe ngenxa yokuthi ayikwazanga ukuthinta isizinda sakho. Zama ukuxhuma kwenye inethiwekhi. |
Windows could not use your fingerprint credentials because it could not contact your domain. Try connecting to another network. |
156 | Omunye umsebenzisi ukhiye le divayisi. Ukuze usayinele ukungena, cindezela okuthi Esc, bese uqhafaza okuthi Shintsha umsebenzisi. |
Another user has locked this device. To sign in, press Esc, and then click Switch user. |
159 | Lowo mugqa womunwe awubhalisiwe kule akhawunti. |
That fingerprint isn’t registered for this account. |
164 | Amaphasiwedi owafakile awafani. |
The passwords you entered did not match. |
165 | I-akhawunti yakho inemikhawulo yesikhathi ekuvimbela ukuthi usayinele ukungena njengamanje. Zama futhi ngokuhamba kwesikhathi. |
Your account has time restrictions that keep you from signing in right now. Try again later. |
166 | I-akhawunti yakho imiswe ukuthi ikunqande ekusebenziseni le khompyutha. Sicela uzame enye ikhompyutha. |
Your account is configured to prevent you from using this computer. Please try another computer. |
167 | I-akhawunti yakho iyekisiwe. Thinta umlawuli wesistimu yakho. |
Your account has been disabled. Contact your system administrator. |
168 | I-akhawunti yakho iphelelwe isikhathi. Thinta umlawuli wesistimu yakho. |
Your account has expired. Contact your system administrator. |
169 | Awukwazi ukusayinela ukungena ngenxa yokuthi i-akhawunti yakho inomkhawulo. |
You can’t sign in because of an account restriction. |
170 | Iphasiwedi kule akhawunti ayikwazi ukushintshwa ngalesi sikhathi. |
The password on this account cannot be changed at this time. |
171 | Iphasiwedi yakho iphelelwe isikhathi. Ukuze umise iphasiwedi entsha, khetha okuthi Kulungile, khetha okuthi Shintsha umsebenzisi, faka kabusha iphasiwedi yakho yamanje, bese ulandela izilayezo ezikuskrini. |
Your password has expired. To set a new password, select OK, select Switch user, reenter your current password, and then follow the prompts on the screen. |
172 | Iphasiwedi yakho iphelelwe isikhathi futhi kumelwe ishintshwe. |
Your password has expired and must be changed. |
174 | Indlela yokusayinela ukungena ozama ukuyisebenzisa ayivunyelwe kule PC. Ukuze uthole olunye ulwazi, thintana nomphathi wenethiwekhi yakho. |
The sign-in method you’re trying to use isn’t allowed on this PC. For more info, contact your network administrator. |
176 | Iphasiwedi yakho iphelelwe isikhathi. Ukuze umise iphasiwedi entsha, khetha okuthi Kulungile, khetha okuthi Shintsha umsebenzisi, faka kabusha iphasiwedi yakho yamanje, bese ulandela iziyalezo ezikuskrini. |
Your password has expired. To set a new password, select OK, select Switch user, reenter your current password, and then follow the prompts on the screen. |
1011 | Ukusayinela ukungena komugqa womunwe |
Fingerprint sign-in |
1012 | Igama elibonisiwe |
Display name |
1013 | Isimo somsebenzisi |
User status |
1014 | Isiyalezo sokusayinela ukungena somugqa womunwe |
Fingerprint sign-in prompt |
1015 | Iphasiwedi yamanje |
Current password |
1016 | Iphasiwedi entsha |
New password |
1017 | Qinisekisa iphasiwedi |
Confirm password |
1018 | Kulungile |
OK |
1101 | Ukuvula komugqa womunwe |
Fingerprint unlock |