17500 | Okokuqala, qinisekisa ulwazi lwe-akhawunti yakho. |
First, verify your account info. |
17501 | Akha iphasiwedi yezithombe |
Create a picture password |
17503 | Siyakwamukela kuphasiwedi yezithombe |
Welcome to picture password |
17504 | Khetha isithombe |
Choose picture |
17512 | Misa iphasiwedi yakho yezithombe |
Set up your picture password |
17513 | Donsa isithombe sakho usibeke lapho ufuna khona. |
Drag your picture to position it the way you want. |
17514 | Sebenzisa lesi sithombe |
Use this picture |
17515 | Khetha isithombe esisha |
Choose new picture |
17516 | Dweba izimpawu ezintathu esithombeni sakho. Ungasebenzisa noma iyiphi ingxube yezindingilizi, imigqa eqondile, namathephu. |
Draw three gestures on your picture. You can use any combination of circles, straight lines, and taps. |
17517 | Khumbula, usayizi, indawo, nokuthi izimpawu zakho zibheke ngakuphi — kanye nokulandelana kwazo — kuba yingxenye yephasiwedi yakho yezithombe. |
Remember, the size, position, and direction of your gestures — and the order in which you make them — become part of your picture password. |
17518 | Faka uphawu lwakho lokuqala |
Enter your first gesture |
17519 | Kufakwe uphawu lokuqala |
First gesture entered |
17520 | Faka uphawu lwakho lwesibili |
Enter your second gesture |
17521 | Kufakwe uphawu lwesibili |
Second gesture entered |
17522 | Faka uphawu lwakho lwesithathu |
Enter your third gesture |
17523 | Kufakwe uphawu lwesithathu |
Third gesture entered |
17524 | Ukuze uqedele ukusetha iphasiwedi yakho yezithombe, mane uphinde izimpawu zakho ezintathu. (Ungaqala phansi noma nini ngokuthinta phezu kwenkinobho ethi Qala.) |
To finish setting up your picture password, just repeat your three gestures. (You can always start over by tapping the Start over button.) |
17526 | Qala phansi |
Start over |
17527 | Phinde ufake uphawu lwakho lokuqala |
Re-enter your first gesture |
17528 | Phinde ufake uphawu lwakho lwesibili |
Re-enter your second gesture |
17529 | Phinde ufake uphawu lwakho lwesithathu |
Re-enter your third gesture |
17530 | Khansela |
Cancel |
17531 | Uyakhe ngempumelelo iphasiwedi yakho yezithombe. Yisebenzise uma uphinde usayinela ukungena ku-Windows. |
You’ve successfully created your picture password. Use it the next time you sign in to Windows. |
17533 | Phinde usethe iphasiwedi yezithombe |
Reset picture password |
17535 | 0 |
0 |
17536 | Sebenzisa isithombe esivumelanisiwe |
Use synced picture |
17538 | Phinde udlale |
Replay |
17539 | U-OK |
OK |
17540 | Ukuze uqinisekise iphasiwedi yakho yezithombe yamanje, mane ubuke ukudlalwa futhi bese ulandelela izimpawu eziyisibonelo eziboniswe esithombeni sakho. |
To confirm your current picture password, just watch the replay and trace the example gestures shown on your picture. |
17541 | Zama ukwenza izimpawu zakho futhi. |
Try making your gestures again. |
17543 | 20;light;none;segoe ui |
20;light;none;segoe ui |
17544 | 11;light;none;segoe ui |
11;light;none;segoe ui |
17545 | 56;normal;none;segoe ui |
56;normal;none;segoe ui |
17546 | Iphasiwedi yezithombe |
Picture password |
17547 | Ukubhalisela kwakho iphasiwedi yezithombe kuqukethe iphasiwedi endala. Sicela usayinele ukungena ngephasiwedi yakho entsha. |
Your picture password enrollment contains an old password. Please sign in with your new password. |
17548 | Iphasiwedi yezithombe ayilungile. Phinda uzame. |
The picture password is incorrect. Try again. |
17550 | Ukwehluleka Kokubhalisa |
Enrollment Failure |
17551 | Kube khona ukuhluleka phakathi nenqubo yokubhalisa. Sicela uphinde uzame kamuva. |
There was a failure during the enrollment process. Please try again later. |
17552 | Iphasiwedi yezithombe iyindlela entsha yokukusiza ukuba uvikele i-PC yakho ethintwayo. Ukhetha isithombe — nezimpawu ozisebenzisa kanye naso — ukuze wakhe iphasiwedi ezoba eyakho wedwa. |
Picture password is a new way to help you protect your touchscreen PC. You choose the picture — and the gestures you use with it — to create a password that’s uniquely yours. |
17553 | Uma usukhethe isithombe, “udweba” ngokuqondile esikrinini esithintwayo ukuze wakhe ingxube yezindilinga, imigqa eqondile, namathephu. Usayizi, indawo, nokuthi izimpawu zakho zibheke ngakuphi kanye nokulandelana kwazo kuba yingxenye yephasiwedi yakho yezithombe. |
When you’ve chosen a picture, you “draw” directly on the touchscreen to create a combination of circles, straight lines, and taps. The size, position, and direction of your gestures become part of your picture password. |
17557 | Ungagcina isithombe sakho samanje bese ushintsha izimpawu, noma ukhethe isithombe esisha. |
You can keep your current picture and change your gestures, or choose a new picture. |
17559 | Siyakuhalalisela, uphinde wayifunda ngokuphumelelayo iphasiwedi yakho yezithombe. |
Congratulations, you have successfully relearned your picture password. |
17560 | Siyakuhalalisela, uyishintshe ngokuphumelelayo iphasiwedi yakho yezithombe. |
Congratulations, you have successfully changed your picture password. |
17561 | Phinda ufunde iphasiwedi yakho yezithombe |
Relearn your picture password |
17562 | Shintsha iphasiwedi yakho yezithombe |
Change your picture password |
17564 | 1 |
1 |
17565 | 2 |
2 |
17566 | 3 |
3 |
17567 | Sibukeka kanjani? |
How’s this look? |
17568 | Setha izimpawu zakho |
Set up your gestures |
17569 | Qinisekisa izimpawu zakho |
Confirm your gestures |
17570 | Kukhona okungahambi kahle … phinde uzame! |
Something’s not right … try again! |
17571 | Phinde ufake izimpawu zakho zamanje |
Reenter your current gestures |
17572 | Udinga usizo oluncane? Mane ulandelele izibonelo ezivezwe esithombeni sakho. |
Need a hint? Just trace the examples shown on your picture. |
17573 | Uma usukhohlwe isethi yakho yamanje yezimpawu, thinta okuthi Phinde Udlale ukuze uzibone. |
If you’ve forgotten your current set of gestures, tap Replay to see them. |
17574 | Siyakuhalalisela! |
Congratulations! |
17579 | Uxolo, izimpawu zakho zokuqinisekisa azimeshanga kahle lezo ozidwebile. Ungazama futhi ukubona izimpawu ozifake kuqala, noma qala phansi ukuze ukhethe ezintsha. |
Sorry, but your confirmation gestures didn’t quite match the ones you drew. You can try again to see the gestures you first entered, or start over to choose new ones. |
17580 | Zama futhi |
Try again |
17581 | Kukhona okungahambi kahle |
Something’s not right |
17582 | Qeda |
Finish |
17584 | Ukubhalisa kwakho kwephasiwedi yezithombe kubuyekezwe ngempumelelo ngephasiwedi yakho yamanje. |
Your picture password enrollment has been successfully updated with your current password. |
17586 | Uxolo, kodwa izimpawu zakho zokuqinisekisa azizange zifane ncamashi nalezo ozidwebile. Ungaphinde uzame ukuze ubone izimpawu ozifake ekuqaleni. |
Sorry, but your confirmation gestures didn’t quite match the ones you drew. You can try again to see the gestures you first entered. |